🎵

Madludlu

Album: Sjava Durasi: 4:57

Weh MaDludlu

Weh MaDludlu

Weh MaDludlu

Maye ngiyay'sola ngokuhlukana nawe

Ukube ngakuhlalisa phansi sikhulume kunokuthi ngiphume ngihambe

Kunzima la ngaphandle othandweni z'yabuya

Wawungcono wena sthandwa sami

Ngyak'cela buya

Weh Madludlu (ngixolele)

Weh Madludlu (ngyak'khumbula)

Weh Madludlu (ngixolele)

Weh Madludlu (ngixolele)

Ngisak'thanda

Uthando lwakho nempatho yakho, ayiphumi, ayilibaleki

Ngabe nginamanga mangithi imfudumalo yakho makubanda ayikhumbuleki

Isikhala owasishiya enhlizweni yami bazamile ayi as'valeki

Angisayikhulumi eyobuhle bakho awu phela leyo ayichazeki

Bekuthi izinto mazibheda kunzima uwe obungiduduza

Wawungazi, bothi soba'right ilanga lizophuma

Ngoba ungibuyisela endleleni sthandwa sami uma ngiduka

Ngyawakhumbula amagama akho mhla ngikushiya uthi ngzokukhumbula

Sekungificile ukuhlupheka isimo engikuso sthandwa asinambitheki

Ebsuku ayi ak'laleki

Ngisho ukudla nakho akungeni

Thinking about the good times we haaaad mina nawe

Thinking about the good times we had mina nawe

Maye ngiyay'sola ngokuhlukana nawe

Ukube ngakuhlalisa phansi sikhulume kunokuthi ngiphume ngihambe

Kunzima la ngaphandle othandweni z'yabuya

Wawungcono wena sthandwa sami

Ngyak'cela buya

Weh Madludlu (ngixolele)

Weh Madludlu (ngyak'khumbula)

Weh Madludlu (ngixolele)

Weh Madludlu (ngixolele)

Ngisak'thanda

Baqinisile mabethi you never know what you have until it's gone

Ungthantha ngo thando lwangempela mina angzang' ngilibone

Ngathath' uthando lwakho

Ngadlala ngalo ungnike nenhliziy' emhlophe

Baqinisile mabethi you never know what you have until it's gone weh

Ungthantha ngo thando lwangempela mina angzang' ngilibone

Ngathath' uthando lwakho mntanomuntu

Ngadlala ngalo ungnike nenhliziy' emhlophe

Hha mina ngisak'thanda kahle njena

Ah ngisak'khumbula kahle nje

Hha mina ngisak'thanda kahle njena mina mama

Ah ngisak'khumbula kahle nje

Maye ngiyay'sola ngokuhlukana nawe

Ukube ngakuhlalisa phansi sikhulume kunokuthi ngiphume ngihambe

Kunzima la ngaphandle othandweni z'yabuya

Wawungcono wena sthandwa sami

Ngyak'cela buya

Weh MaDludlu (ngixolele)

Weh MaDludlu (ngyak'khumbula)

Weh MaDludlu (ngixolele)

Weh MaDludlu (ngixolele)

Weh MaDludlu (ngixolele)

Weh MaDludlu (ngyak'khumbula)

Weh MaDludlu (ngixolele)

Weh MaDludlu (ngixolele)

Ngisak'thanda