🎵
Sjava, UDUMAKAHLE & Anzo - Amakhehla ft. Vernotile | Isibuko | Afro Soul
Album: Sjava Videos
Durasi: 4:29
[00:11.95]Ngithi ngicela nitshele isitha sami
[00:16.54]Ukuthi ang'hambi ngedwa
[00:24.59]Ngihamba nabangabonwa
[00:29.24]Abangabonwa Abadala
[00:36.72]Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
[00:40.70]Nasempini yaseNcome
[00:42.25]Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
[00:49.32]Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
[00:52.42]Nasempini yaseNcome
[00:54.44]Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
[01:01.98]Uke afike kimi nangephupho
[01:05.05]Athi mzukulu ubosibheka isandla somuntu
[01:08.78]Nami ngilele laphengilele khona ethuneni
[01:12.54]Ngenxa yaso isandla somuntu
[01:14.94]Banomona abantu
[01:20.29]Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
[01:24.49]Nasempini yaseNcome
[01:26.35]Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
[01:31.94]Sonyakaza kodwa Dlozi lam
[01:35.41]Bovika phela ezitheni zam
[01:38.63]Balwisana nempumelelo yami
[01:44.76]Hamba nabani wo Dlozi lam
[01:47.45]Bovika phela ezitheni zam
[01:51.15]Balwisana nempumelelo yami
[01:53.20]Ngithi ngicela nitshele isitha sami
[01:57.36]Ukuthi ang'hambi ngedwa
[02:05.10]Ngihamba nabangabonwa
[02:09.70]Abangabonwa Abadala
[02:17.67]Maye ngiyak'zwela
[02:21.68]Ngoba laMakhehla anodlame
[02:26.07]Anodlame ngiyawazi
[02:30.83]Oh ngiya'zwela
[02:34.32]Ngoba laMakhehla anodlame
[02:39.57]Ave enodlame ngiyawazi
[02:44.36]Ubokhulum' ukhulum' ukhulum' ubuye ubal' amagamakho
[02:48.54]Ukhumbul' ukuthi nami ngineDlozi lami
[02:55.86]Ubothi mawushwashwada nabangani bakho
[02:58.61]Nihlel' ukuthi ningiqumbe phansi
[03:00.26]Ubuye ukhumbule, nami ngineDlozi and liyalwa
[03:08.48]Uyozwa sekuthiwa nimbon' enje
[03:10.16]Isimo sesinje
[03:11.95]Wafaka unyawo lakhe lapho elingafakwa khona
[03:14.63]Manje ziyamnetha
[03:20.84]Nj'oba nibona nje kunje
[03:23.10]Impilo isinje
[03:24.38]Akahlanyi ekhanda
[03:25.94]ObabaMkhulu abamthwalisa umqhele ogcwele nje ameva
[03:31.49]Ameva
[03:34.13]Yingakho mina ngithi
[03:34.58]Ngicela nitshele isitha sami
[03:39.21]Ukuthi ang'hambi ngedwa
[03:46.66]Ngihamba nabangabonwa
[03:51.15]Abangabonwa Abadala
[03:58.96]Maye ngiyak'zwela
[04:02.72]Ngoba laMakhehla anodlame
[04:08.55]Anodlame ngiyawazi
[04:11.73]Oh ngiya'zwela
[04:15.32]Ngoba laMakhehla anodlame
[04:20.54]Ave enodlame ngiyawazi
[04:24.70]🎵